Ikhathuni Lesson Plan
Ikhathuni Lesson Plan
YOHLELO
4
ISAKHIWO SOHLELO LWESIFUNDO
KHUMBULA:
A. IMINININGWANE
Ibanga: ……………………………………………………………………………….10
B. IZINHLOSO NGQANGI
C. IZINHLOSO ZESIFUNDO
E. IZINSIZA-KUFUNDISA
- Iphepha lemibizo
- Ishathi lezibiyelo
F. AMABANGA/AMAZINGA ESIFUNDO
1. ISINGENISO
Imibuzo engabuzwa:
1. Niyababuka opopayi?
2. Mawucabanga yini inhloso yokwenziwa kopopayi?
2. UKUTHUTHUKA/UKUTHUTHUKISWA KWESIFUNDO
Isinyathelo Sokuqala
Iyini ikhathuni
Ikhathuni umbhalo osuke udlulisa umyalezo othile ngendlela ezoheha noma ehlekisayo. Okumele
ukuqaphele yonke into evela kukhathuni isuke ibalulekile, noma engabe incane kanjani
ingakutshela okuthile.
Isinyathelo Sesibili
Izinhlobo zezibiyelo
Izibiyelo ezitholakala kuma khathuni azifani ngakho ke zisinikeza imiqondo engafani.
Ziyini izibiyelo?
Isinyathelo Sesithathu
Izitho zomzimba
Kwesinye isikhathi uma udlulisa umyalezo awuphimisi amagama kodwa lokhu okushoyo
kubonakala ngobuso noma ngokunyaka komzimba.
Lapho sisuke sibheka ukuthi umlingiswa, kungaba ubukeka ediniwe, ejabule noma ekhathazekile?
- Ubanjani ebusweni umlingiswa noma ukumuntu odiniwe?
- Ubanjani ebusweni umlingiswa noma umuntu ojabulile?
- Ubanjani ebusweni umlingiswa noma umuntu okhathazekile?
Kulindeleke ukuba abafundi babonise ukuthi kubonakala kanjani umuntu noma umlingiswa
ediniwe, ejabule noma ekhathazekile.
Isinyathelo Sesine
Incazelo kathusha isizinda sekhathuni singasibona ngezinto ezivela kuyona uma bese klilasini
singabona ngamatafula abafundi, ibhodi. Umabengaphandle egcekeni singabona izihlahla.
Indlela abalingiswa abacele ngayo esithombeni isuke iqukethe umyalezo othile. Isibonelo
umlingiswa omkhulu ngokomzimba angaba odla izambane likapondo, noma osesimeni esihle
sempilo. Omncane ngomzimba odla imbuya ngothi, noma iloyo ongekho esimeni esihle sempilo,
uyagula.
3
3. UKUQINISA NOMA UKUGXILISA ISIFUNDO/ISIPHETHO
Uthisha uzonikeza abafundi ithuba lokubuza imibuzo. Kuvamile ukuthi abafundi bathi abanawo
umbuzo ngoba bazwile konke. Umakunjalo uthisha uzobe esebuza abafundi imibuzo emayelana
lesifundo sosuku ukubona ukuthi ingabe bazwile ngempela yini.
G. UMSEBENZI WOMFUNDI
Tshengisa umsebenzi noma chaza ngomsebebenzi ohlose ukuthi abafundi bawenze. Uma
Uzosebenzisa i-worksheet, ishicilele lapha Kwisakhiwo Sohlelo Lwesifundo. Iphepha lomsebenzi
liyatholakala ekhasini lesi-7
Ukugcina isikhathi kulesi sifundo ngikwazile. Ukukwazi ukweluleka abafundi, mangabe sebebanga
umsindo.
J. KUCASHUNWE/UMTHOMBO