Term 3
Term 3
ISIZULU
ULIMI LOKUQALA
LOKWENGEZA
IBANGA: 10
IZIMISO
ZOKUSETSHENZIS
WA KOLIMI
NOTES
1|Page
ISIZULU FAL IBANGA 10
IZIMPAMBOSI ZESENZO
IZINHLOBO ZEZIMPAMBOSI
1. Impambosi yokwenziwa
(a) Izenzo ezinamalunga amabili zijobelela u -wa
Inyoka ishaywa ngabafana. (shaya-shaywa)
Abantwana bathandwa ngabazali. (thanda-thandwa)
2|Page
ISIZULU FAL IBANGA 10
2. Impambosi yokwenzana
Impambosi yokwenzana yakhiwa ngokujobelela u –ana esikhundleni
sikankamisa wokugcina.
Abantwana bayathandana.
Sibone abafana bekhahlelana
Nazi izinja zilumana bo!
Sithe sizobonana edolobheni kusasa.
Umfowethu nodadewethu bayakhohlisana.
3. Impambosi yokwenzisa
(a) Le mpambosi ibonakala ngesijobelelo u- isa
Isho ukwenza umuntu enze into, noma ukwenza into yenze isenzo esithile.
Uthisha ufundisa izingane.
Abafana balengisa izigqoko zabo.
Ngenisa izingubo sekuqala ukuna.
Khanyisa endlini.
(b) Kukhona izenzo ezithile ezigcina ngo-ka ezingajobeleli u-isa, zona
zijobelela u-sa.
Vuka-vusa ethuka-ethusa
Suka-susa goduka-godusa
Vela-veza
3|Page
ISIZULU FAL IBANGA 10
Sondela-sondeza
Limala-limaza
Khuthala-khuthaza
4. Impambosi yokwenzisisa
Le mpambosi ijobelela u-isisa kunkamisa wokugcina
Funisisa bo!
Niboshanelisisa, ningakhohlisi nje.
Nibolalelisisa lapho kufundwa ekilasini.
5. Impambosi yokwenzela
Le mpambosi ijobelela u –ela
Umama uthungela abantwana
Inkosi ikhulumela abantu bayo.
6. Impambosi yokwenzeka
Le mpambosi ibonakala ngesijobelelo u – eka.
Isb. Umngani wakhe uyathandeka.
Iyahambeka le ndlela
Le ncwadi iyafundeka
7. Impambosi yokwenzayenza
Le mpambosi ikhombisa ukwenza into kancane nje. Yona iphindaphinda
isiqu sesenzo.
Ngizohambahamba nje ngisheshe ngibuye.
Ngizofundafunda bese ngiyalala.
U – Aphelele uzwe ukuthi uphasile wase egxumagxuma.
IZINCIPHISO/DIMINUTIVES
INHLOSO YOKUNCIPHISA
5. Ukulamana
The diminutive in Zulu is expressed by adding ána’ to the end of the noun.
1. Nouns that end in á’’ , ‘e’’ and ‘í’ take –ana and the last vowel falls away.
Isihlahla isihlahlana
Umlenze umlenzana
Umhluzi umhluzana
Ithwasa ithwasana
Itshe itshana
Amazwi amazwana
5|Page
ISIZULU FAL IBANGA 10
Idada idajana
(b) M-ny
Umlomo umlonyana
Inkomo inkonyana
Intamo intanyana
Umthamo umthanyana
(c) B-tsh
Intaba intatshana
Indaba indatshana
Ithuba ithutshana
(d) Mb-nj
Ithambo ithanjana
6|Page
ISIZULU FAL IBANGA 10
(e) Bh-j
Isigubhu isigujana
(f) P-tsh
Ipipi ipitshana
(g) T-tsh
Ikati ikatshana
Imoto imotshwana
(h) Th-sh
Isikhathi isikhashana
(i) D-j
Idada idajana
(j) N-ny
Umfana umfanyana
Isilwane isilwanyana
(k) Nt-ntsh
Umkhonto umkhontshwana
(l) Nd-nj
(m) Amaqanda amaqanjana
7|Page
ISIZULU FAL IBANGA 10
UMSEBENZI
8|Page